音效
界面
难度等级
口音
界面语言
1
和/或在社交方面支持我。网络:
10K
(专辑: Idwala - 2022)
Uthando lwakho lungshaya ten thousani Ubusuku ne mini ngyafa ngawe Uthando lwakho lungshaya ten thousani Ubusuku ne mini ngyafa ngawe Ohh giya mizwa yami (giya, giya) Kukhala umzwilili enhlizweni Giya mizwa yami (giya, giya) Ohh ngithi giya mizwa yami weee (giya wee) Giya mizwa yami (giya, giya) Kukhala umzwilili enhlizweni (giya we) Giya mizwa yami (giya, giya) Ohh ngithi giya mizwa yami wee (giya, giya) Angazi ngilalephi mangithi ngyachaza Angazi ngiqalephi mangithi ngyanaba Ksukela ekqaleni wena wangi chaza Wavele waduka nami (waduka nami) Angazi ngilalephi mangithi ngyachaza Angazi ngiqalephi mangithi ngyanaba Ksukela ekqaleni wena wangi chaza Wavele waduka nami (waduka nami) Uthando lwakho lungshaya ten thousani Ubusuku ne mini ngyafa ngawe Uthando lwakho lungshaya ten thousani (hhay lungishaya 10k) Ubusuku ne mini ngyafa ngawe (hhay angyazi intw' enje) Uthando lwakho dali hhay lungishaya 10k Mangik'buka dali ngigezamehlo hhay ngik'buka 5k Queen meets king then the
puppy love thing andre 3k You special uyi 38 uyintanga yami hhay angiz'shayi ngama 2k Intw' engiyithanda ngawe, ukuthi uyazaz' ufunani Hhay awuhambi nomoya hhayi awududwa abangani Mang'nawe k'gidi nhliziyo, ngicela ningalikhiphi ledliso Zishebo zomfino nombhido, mawungithinta kukhuphuki libido Ngigudl' oshuku ngi crossi border, ngye swatini ngyolobola Masezuwshaya k'yogqoz' imfene hhay umthakath' uyozonda Madlamini jama kasjadu, zizi elimnyama ney' nkomo zalo Buhl' obunje buhle bendalo, wha wha wha sobhuza somhlola Uthando lwakho lungshaya ten thousani Ubusuku ne mini ngyafa ngawe Uthando lwakho lungshaya ten thousani Ubusuku ne mini ngyafa ngawe Angwabolekanga mehlo Mina ngazalwa nawo Ingakho ngikwazi ukuyibona Imbali eqhakazile emhlabeni Angwabolekanga mehlo Mina ngazalwa nawo Ingakho ngikwazi ukuyibona Imbali eqhakazile emhlabeni Ngzokutotosa (owami wena) Ngzok'phatha okweqanda ng'zokutotosa (owami wena) Uyayitoboza (owami wena) Nhliziy igxuma okwentothoviyane Ngzokutotosa (owami wena) Ngzok'phatha okweqanda ng'zokutotosa (owami wena) Uyayitoboza (owami wena) Nhliziy igxuma okwentothoviyane Uthando lwakho lungshaya ten thousani Ubusuku ne mini ngyafa ngawe Uthando lwakho lungshaya ten thousani Ubusuku ne mini ngyafa ngawe...
完毕